🎶⭐️🎶⭐️🎶⭐️🎶⭐️🎶
Mnqobi Yazo - iGolide
🎶⭐️🎶⭐️🎶⭐️🎶⭐️🎶Ngiyindoda
Enganalutho namhla', kusasa
Mina ngizophath' igolide
Ngizophath' igolide nesiliva ntombi
Ngiyindoda
Enganalutho namhla', kusasa
Ngizobe ngiphath' igolide
Ng'zobe ng'phath' igolide nesiliva ntombiNgoba manje angikwazi ngish' ukuthengela nochocolati
Kufika usuku lwakho lokuzalwa kwehla izinyembezi
Uthola amapresent left and right k'mina ungatholanga lutho
Ngizocomplain kanjani ngoba angizange ngikhiphe lutho ntombi
Kuhlupheka kwami wangiphatha kanje kade ngithi sesiyazwana
Kuhlupheka kwami wafika nesinyama kade ngithi sekuyakhanya
Ngashiywa umuntu ebesengithembile kuthi mina ngiyamthanda
Kuthiwa izinyembezi aziweli phansi ngoba phela ezendodaEngenalutho namhla', kusasa
Mina ngizophath' igolide
Ngizophath' igolide nesiliva ntombi
Ngiyindoda
Engenalutho namhla', kusasa
Ngizobe ngiphath' igolide
Ng'zobe ng'phath' igolide nesiliva ntombiEh, Kusile
Avuke ahambe emsebenzini
Ngilele
Ngicabangana nephupho lami
Intende
Ngithemb' ukuthi ngizophumelela
Kumele
Oh kumele nje
Kubuhlungu ukuthi angik'afford ukujabulisa wena ntombi
Amandla ami aphelele ekutheni ngiyakuthanda ntombi
Akukho okudlula lokho mina ntombi vele ngigcina lapho nje
Kuthiwa izinyembezi aziweli phansi ngoba phela, ezendodaEnganalutho namhla', kusasa
Mina ngizophath' igolide
Ngizophath' igolide nesiliva ntombi
Ngiyindoda
Enganalutho namhla', kusasa
Ngizobe ngiphath' igolide
Ng'zobe ng'phath' igolide nesiliva ntombi
Ngiyindoda
Enganalutho namhla', kusasa
Mina ngizophath' igolide
Ngizophath' igolide nesiliva ntombi

YOU ARE READING
Lyrics With Meaning (Book 2)
Random(Second Book of the Music Series) This book is filled with lyrics from songs, only songs with deep meanings - with videos attached. Meanings about love, loss, heartbreak, memories, relationships, strength and hope and many more. Music has always bee...