Chapter 11

384 21 3
                                    

Ey ngendlela esengishesha ngayo ukuvuka angikho nje happy about it, ngoba I know ngizobukhumbula lobuthongo masekukhona ingane.

So yesterday was my last day at work today it the 1st of February and my doctor told me I'll give birth on the 4th, so I'll just be home from now on I don't want any mistakes.
I'm just laying in bed it still early plus it a weekend I'm not rushing anywhere, yaz I've never thought of any name engizoliqamba ingane all names are just not good enough for me, while thinking of names I receive a call from Sakhile, ekseni kanje kodwa.

Me :" kwenzenjani ekseni kanje"
Sakhile :"Aibo Nandi iyona indlela obamba ngayo I fone le"
Me : "I'm just surprised why you call so early"
Sakhile : "yet uvukile, awukhombisi kumuntu engimphazamisile"
Me : "fine, ngakusiza ngani ngangitsheli you miss me already"
Sakhile : "wee you wish, plus I'm sure I'll have more fun with the new PA"
Me : "aibo don't say that ngzosuke ngibuye UYazi bekunzima kanjan ukunika omunye umuntu my job"
Sakhile : "ngyadlala Uyazi nawe ngizokukhumbula, anyway I called to tell you ukuthi ngisendleleni ezalapho  kunento ekumele sixoxe"
Me : "aibo couldn't you tell me loyonto at work yesterday?"
Sakhile : "cha Nandi no gogo kmele Abekhona, ngcela uvuke manje"
Me :" now I'm curious can you tell me noma isihloko nje" wavele wavala I fone umuntu.

Ay angvele ngivuke ayikho Le, mangifika e kitchen I find ugogo ephuza itiye.
Me : "kodwa gogo ekseni kanje uvukile and uphuza netiye"
Granny : "nakhu nawe uvukile okusho ukuthi sekusile wena uvuswa yin ngoba ngyakwazi we uphuza kabi ukuvuka"
Me :" Kade ngiphaphamile besengizihlalele embhedeni, but then I got a call from Sakhile uth uzalana apparently kunento ekumele sikhulume"
Granny : "aibo kaze yin leyo" ay Nam ngfisa ukwazi, ay athi ngiyogeza kuncono ngoba ku clean u gogo wenza sure kuthi before silale uya clean sekuyasizake manje njengob kuza I visitor.

I'm still in my room tidying up a bit, I've just finished bathing, ngizwa nge knock I guess uSakhile be serious Ngokuthi usendleleni.
Me : "buqinisile kanti" I ask letting him in
Sakhile : "ngingaqambelani amanga uphi ugogo ngzokhuluma naye kqala"
Me :" ay Uthe nje uzokhuluma nathi sow2 why manje seku gogo yedwa?"
Sakhile : "aibo Nandi uyazithanda Izindaba ngeke, ngzokhuluma no gogo kqala before ngikhulume nawe"
Me : "why do I feel like this is about me"
Sakhile : "ay Nandi unemibuzo mahn ngiyise kugogo" I take him where granny is seating
Granny : "awu mfana wami usufikile uyaphila kodwa"
Sakhile : "yebo gogo ngyaxolisa ukunihlasela kusa kodwa loludaba ngeke lukwazi ukulinda"
Granny : "kwenzenjani mfana wami" Sakhile looks at me I know he wants me to go but ngzomziba nje, ugogo uyabona kwenzakalani
Granny : "Nandi, sicela I breakfast mtanami" yaz ugogo uyangixosha nje, ngyahamba but angikho nje happy, ngenza I breakfast inhliziyo yam nje ilapha ezindabeni. Ngyazithanda Izindaba Mina no gogo UYazi nje, ngithi ngyalunguza bakhulumela phansi I'm sure ugogo ngoba yangazi I'm good ekulaleleni, but this seems serious and ugogo akekho happy.

When I take the breakfast to them ugogo tells me that there are people that are coming here. Ay cha si famous today, while ngsalalele lokho ngizwa imoto outside mangilunguza ngubaba ka Sakhile.
Me :" aibo kwenzakalani Lana? Why ubaba wakho elana" I guess no gogo bengazi ngoba naye kubukeka engath ulinde impendulo, kshuth akuyena ugogo abemusho
Sakhile : "eish gogo, ubaba ngimxoxela everything so kuthe mangimtshela loludaba he insisted kuth uyeza I tried to tell him angenzi but bengezwa mshini, ngyaxolisa"
Granny : "ay akunankinga vele umuntu weslisa omdala somdinga for this" angkaze ngibe confused ngalendlela futh yaz I'll just stop asking. Othi ngyongenisa lomuntu
Me : "sawubona baba"
Mr Sokhulu : "yebo ntombi" ngayomkhombisa la kuhleli khona ugogo no sakhile

After an hour I heard another car, I saw Sakhile stepping out, minutes later he came back with 2 men I don't know plus Mr mthethwa, Aibo this guy what does he want here coz aysazani ay soke sizwe. While still trying to figure out why they are here granny calls me to join the meeting.

Me :" sanibona" I greet while seating next to granny
Them : "yebo Sawubona" kwathuleka endlini
Granny : "sahlaselwa ekseni kusa ngabe kwenzenjani futhi niqhamukaphi?" ugogo uyabuza ngoba phela sekuthulakele endlini
Man1 :" eehh! Syaxolisa ukuvele sitheleke nje kodwa iskhathi besesihambile, thina sabaka Mthethwa Siqhamuka endaweni yase Mthwalume, Lana ke sibekwa udaba la undodana wethu ake wasichazela lona"
Granny :" kungabe yini lelodaba eliniletha lana"
Man2 : "Lana mah umfana wethu usitshele ukuthi usedle amaqanda alaykhaya" I've never been so confused phela ngyaz kuchazani lokho, no gogo ngyabona akaqondi
Granny :"uthini kmina mfana ngathiwa ngiyalahleka ngath kukhona ukudideka ngicabanga ukuthi usendaweni e wrong"
Men1 : "cha mah ubafo lokhu akushoyo nje kunjalo umfana wethu ukhulelise ingane yakho" aibo njani manje ngoba phela this guy angimazi
Granny : "ingakho ngithi niyadideka ngoba ingane yami AKuyona into angitshela yona leyo" ngeke lomuntu uyahlanya kshuth ungavele uye kubo komuntu ongamazi usho lokhu
Man2 : "Mah asiqondile ukudelela kodwa hlampe beku ngaba ncono umfana azichazele yena" ay he must explain serious coz angiyizwa le.

Ay ke wachaza u gut and I'm so embarrassed because I don't even remember any of that coz that night I was so drunk, and now this makes me look like a lose girl yaz ngiswele umgodi wokucasha.
Granny : "ay kuyezwakala mfana manje njengoba nilana nithi nifuna kwenzekeni"
Man1 : "njengoba Silana besifisa ukuthi umntwana uma ezalwa ezekhaya ukuzobikwa emadlozini"
Mr Sokhulu : "lokhu enikushoyo akukaze nje kwenziwe laykhaya nonile ngoba benazi ukuthi nizengani bekungamele nifike nje nivathazele mese nikhuluma ngengane ukuthi nifuna ukuyibika, Nina ekumele nikwwnze ukuthi nenze ubulungiswa before nikhulume lokhu."
Granny :" yebo uqinisile lokhu enikwenzile asikwazi, ukuze ingane ibikwe kumele I hlawulwe kuqala" aibo nakhu abantu be discuss ingane yam engathi angikho, Mina I was prepared ukuzikhulisela lengane hence I didn't even try to find the guy, yes it remarkable ukuth uzile waziveza but that doesn't mean ngyamfuna empilweni yengane yami.

Me :" ngisacela nje ukukhuluma ngaphandle kokudelela, Mr Mthethwa ngyabonga ukuthi uzile wazoziveza ngoba Mina bengingasakhumbuli lutho ngalolasuku kodwa ngcela ukusho ukuthi konke lokhu enikushoyo ngeke kwenzeke lengane eyami and I've planned that I'll raise him by my self with the help of my friends and family, yes I'm glad to know ukuthi uwubani kodwa ngeke nikwazi ukufika seni plan ngengane yam, ANgeke ize iyobikwa kini ngizozikhulisela yena ngengoba besengilungisile, I'm sure unazo ezinye ingane or usazoba nazo but khohlwa Ile eyami "ngthe nje ngiqeda lelo sentence I felt a sharp pain, it hurt so much that I couldn't breath I could see them panicking talking but I couldn't hear anything, Mr Mthethwa picked me up wangiphuthumisa emotweni no gogo emlandela ngemuva, wow I've never felt so much pain before. He rushed me to the hospital, on the way there I cry till I passed out....

NandiphaWhere stories live. Discover now